Mpumeleli/Ndlela zinhle umuthi

UNdlelazinhle umuthi or umphumeleli umuthi, Loluhlobo lomuthi ke luyinhlanhla luyangena emithini yenhlanhla uyaphalaza uyagquma uyageza ngawo Lomuthi muhle kakhulu kubantu besimame ubenza bashadeke. Umuthi wempumelelo njengoba igama lawo lizichaza uya kwi interview, uya kotshontsha, uya koshela, uya kofesa, uzokusiza lomuthi.

Umphumeleli umuthi othakiwe

Igobongo umuthi lenziwa kanjani? Umphumeleli umuthi ake siwuthake senze isibonelo sawo uthakiwe: Yonke lemithi yenza ini seyihlangene? Yenza igobongo.

IKhokhelo isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Ufaka emithini wokufuna isikweletu, ufaka emithini wokubiza imali, usetshenziswa emithini yokuthandeka.
UNdwendweni isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Usetshenziswa emithini yemali. Uyaqguma, uyaphalaza, uyageza, uvula okuvaliwe. Uyangena entelezini yokuchela egcekeni. Usetshenziswa emithini yedlozi. Usetshenziswa emithini yokuthandeka. Usetshenziswa emithini yenhlanhla.
Isiqungwa utshani umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Isiqunga siwutshali, simila notshani lasimila khona, kodwa sona sihlale simanzi, Isiqungwa siyangena emithini yokususa isinyama, amathunzi, siyaphalaza, siyafutha, uyasiququda usikhwife. Singutshani kusebenza izimpande nesiqu sesiqungwa lokhu okusatshani uyakulahla, Siyageza uma kade usendaweni enemimoya noma kade usemncwabeni. Siyangena emithini wokukhipha isichitho.
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp